vula kuvaliwe umuthi

Vulakuvaliwe umuthi uyayibiza imali uma uyifuna kodwa usebenza lomuthi for imali uma uthakwe nemithi yemali, awusozosebenza uwodwa , uyawuhlanganisa nemithi yemali uyigaye, uphalaze, uqgume usho okudingayo vulakuvaliwe umuthi owenza okuningi uyangena futhi emithini yokwenza imali. Uyawuthaka emithini yokuphalaza ususe isinyama, ucele izinhlanhla.

ukuphupha Vulakuvaliwe umuthi

Amaphupho ngomuthi Vulakuvaliwe, kuchaza ukuthi ukuphupha umuthi Vulakuvaliwe? ukuphupha umuthi Vulakuvaliwe ngabe kuchazani? kumele ubheke umsebenzi womuthi, nendlela umuthi oyiyo, ikhona okuzokutshela ukuthi amaphupho omuthi achaza ukuthini?

Ubhoqo isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Uyathakwa nentelezi yokuchela egcekeni. usetshenziswa emithini yokukilina isibeletho. Uyasiza ezinkinge zesibeletho. umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokukhulelwa. umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokubelethela. umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokukhipha isichitho. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wokususa amathunzi. Uyangena kumuthi wokwelapha umzimba omubi nezinduna. umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokwelapha izilonda ezingaphakathi. Uyangena kumvusankunzi.
Nyazangoma elibovu neli mnyama. isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Uyathakwa nentelezi yokuchela egcekeni. Iyangena emithini yokuthunyisa ekhaya ixoshe izilwane. ufaka emithini yokubuyisela emuva izinto, ufaka emithini yokufuna isikweletu.
Mpindemuva. isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Uyathakwa nentelezi yokuchela egcekeni.
SQUNGA SEHLATHI / SQUNGASATIKOLOSHE / PHARABASHIMANE isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Sihluke kakhulu nesiqunga esijwayelekile, siyangena emithini yokumuthisa, siyangena emithini yokukhipha eminye imithi, siyangena emithini yokuvika imimoya emibi, siyatshwalwa nasekhaya.

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp